A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #

SABELO MTHEMBU lyrics : "Ofana Nawe"


Ang'kaze ng'bon' ofana nawe kuwo wonke lomhlaba
Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba

UNkulunkulu watshala kuw' imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile
Wentombazane ungadel' ubuhle obuvela phakathi


Akaz' abon' ofana naw' amehlo ami, akaz' abon' ofana nawe

Anginandaba nemvelaphi yakho ngish' isiqu sakho

Ngithand' indel' ophath' abantu ngayo nokuzotha kwakho
Khumbul' ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungaw'jika ngish' umphefumlo
Wentombazane kuko konke oyiko ngithand' inhliziyo



Submit Corrections